IzindabaZethu(@IzindabaZethu) 's Twitter Profile Photo

WENYUKILE UMTHAMO WAMANDLA OGESI.

Ungqongqoshe wezogesi uDokotela uKgosientsho Ramakgopa umemezele ukuthi umthamo wamandla ogesi kulelizwe ungaphezu kuka 70%, lokhu ke kuzoholela ekutheni ubemncane uDiesel osetshenziswayo ukuphehla ugesi.

account_circle
IzindabaZethu(@IzindabaZethu) 's Twitter Profile Photo

Izakhamuzi zase Soshanguve ePitoli zithi zinethemba lokuthi ukhetho lukazwelonke oluzayo luzozilethela uguquko enjengoba zikhungethwe ukugqoza kwentuthuko.

account_circle
IzindabaZethu(@IzindabaZethu) 's Twitter Profile Photo

Izakhamuzi za KwaNobuhle e Eastern Cape sezinxuse ukuthi uhulumeni ungenelele ezinkingeni zamanzi osekuphele iminyaka emibili zingenawo. Abantu abadala nabanokukhubazeka yibona abahlukumezeka kakhulu ngenkinga yamanzi kulendawo.

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Abezohlangulo bathi basebenza nzima ukuzama ukuhlangulo abantu abasasele kubugoxo besakhiwo esidilike phezolo eGeorge. Ukanti abasemagunyeni eNtshona Koloni bathi basakhangela umakhi obesakha esisakhiwo nesisube imiphefumlo yabantu abathandathu.

|

account_circle
IzindabaZethu(@IzindabaZethu) 's Twitter Profile Photo

AmaBhokobhoko aklonyeliswe kuzozonke izindondo ezimqoka zezemidlalo kuleli ngesikhathi kuklonyeliswa abezemidlalo emcimbini obuse Sun City eNorth West.

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Abahlali baseMahikeng baphelelwa ngumonde emva kokuphinda kuvalwe okwethutyana uhola wendlela iNelson Mandela Drive.

Iindabazethu: youtu.be/4zBh1CohaFU

| |

account_circle
IzindabaZethu(@IzindabaZethu) 's Twitter Profile Photo

UNgqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele uthi bangaphezu kwengxenye yesigidi abantu asebeboshiwe selokhu baqala umkhankaso wokulwa nobugebengi i Operation Shanela nyakanye.

account_circle
IzindabaZethu(@IzindabaZethu) 's Twitter Profile Photo

Ungqongqoshe wezindaba zagesi uDokotela Kgosientsho Ramokgopa ubonge iziphathimandla zakwa Eskom kanye nonjiniyela njengoba sekuphele izinsuku ezingamashumi amane kumiswe uhlelo lokucisha konga ugesi.

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

UGayton Mckenzie ukhwel'ezehlela kubutho we-ANC ngethuba esenza intetho yakhe yokugayinxaso phambi kwamalungu ombutho i-Patriotic Alliance eNtshona Koloni.

| |

account_circle
IzindabaZethu(@IzindabaZethu) 's Twitter Profile Photo

Umkhandlu wamabandla i-SACC ubambisene namabandla ehlukene kanye nekhomishana yokhetho ubusingethe umkhuleko wokhetho olunokuthula e Soweto namhlanje.

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Iyaqhuba inkonzo yomngcwabo yegqala lembethi manqindi uDingaan 'The Rose of Soweto' Thobela. UThobela usweleke kwiveki ephelileyo eneminyaka engamashumi amahlanu anesixhenxe.

| |

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Abezohlangulo basaqhuba nokukhangela imizimba esagqumeleleke ngaphantsi kwesakhiwo esidilike ngoMvulo eGeorge eNtshona Koloni. Abasemagunyeni basaphanda isizekabani sokudilika kwesi sakhiwo nalopho kusweleke abantu abasibhozo ukuzakuthi ga ngoku.

|

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Umongameli we-ANC umnumzana Cyril Ramaphosa ephelekwa yinkulubaphathiswa yephondo laseMpuma Koloni bakwinkonzo i-St John's Apostolic Faith Mission eCala namhlanje.

| |

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Umongameli weli umnumzana Cyril Ramaphosa ubambe imbizo yakhe nabahlali base Mntla Koloni. Nalapho abahlali bebengafuni nokuva, befuna zonke izikhalazo zabo zimanyelwe ngumongameli.

| |

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Abahlali eSasolburg eFreyistata bazibhaqa befakwe emagqwetheni sisikolo sikarhulumente xa besoyisakala ukuhlawula iSchool Fees.

Iindabazethu: youtu.be/Mekf3YL4ock

| |

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Kuzakuxabisa malunga ne-R2.1 billion ukulungisa ipalamente neyagutyungelwa ngumlilo ngo-2022. Namhlanje kunikezwe izitshixo kumakhi nozakuqalisa lomsebenzi kulenyanga.

| |

account_circle
@IindabaZethu(@iindabazethu) 's Twitter Profile Photo

Inkulubaphathiswa yephondo iMpuma Koloni umnumzana Oscar Mabuyane ityelele eNgcobo emva kwesithwakumbe sokudilika kwesakhiwo embindini waledolophu izolo.

Iindabazethu: youtu.be/IkFzp4uvCNg

| |

account_circle